Ukudlala kuyisinyathelo esibaluleke kakhulu ekufundeni. I’Masidlaleni’ yincwadi ekhuthaza izingane ukuthi zithole indawo yazo ezifanele nalapho zizosebenzisa lokho okusezinhliziyweni zazo.
Njengoba yona igcwele abalingiswa abehlukahlukene abazalelwe e Ningizimu Afrika, nakanjani le ncwadi izozikhuthaza izingane ukuba ziqambe izindaba zazo, nazo ziziphonsele inselelo yokuthi zizame imidlalo emisha futhi zibe nenjabulo enkulu nabangani bazo.
định dạng EPUB ● ISBN 9781776251858 ● Nhà xuất bản Pan Macmillan South Africa ● Được phát hành 2022 ● Có thể tải xuống 3 lần ● Tiền tệ EUR ● TÔI 8828120 ● Sao chép bảo vệ Adobe DRM
Yêu cầu trình đọc ebook có khả năng DRM