Owen Jones 
Impilo Yemifino 
Indlela Yokusiza Ukusindisa Abantu…

支持

Ukudla imifino bekuyifilosofi yokupheka eskhathini sezinkulungwane zeminyaka yesikhathi esedlule kodwa hhayi kakhulu ngase Ntshonalanga. Ize yaqala ukubuya ekuqaleni kwekhulu lamashumi nambili. Ukudla imifino yathathwa kwi Hippy Movement eminyakeni kweyamashumi ayisithupha nayisikhombisa edlule ngoba omunye wabo wathola ugqozi oluvela e Mpumalanga elaliphuma ikakhulukazi ku Buddha. Izingane zalawo ma-hippie zaqhubeka nempilo yazo le abazali ababagxilisa kuyo futhi zayidlulisele ezinganeni zazo. Namuhla ambalwa kakhulu amadolobhana noma mancane ekungathiwa awanayo indawo yokudlela ukudla kwemifino. Lena akuyona incwadi yokupheka, nakuba ixoxa ngokudla kwemifino futhi inikeza izibonelo ezimbalwa zokupheka. Iyincwadi yalabo abafuna ukwazi umvuzo ngokudla imifino ukuze bezokwazi uqonda kangcono umunyakazo, abangani babo namalungu omndeni lawa adla imifino. Ngiyathemba ukuthi ulwazi oluqhukethwe ilencwadi uzolithola luwusizo futhi lunenzuzo.
Ulwazi olukule ebook mayelana nemifino nezihloko ezihlobene nalo luhlelwe lwaba izahluko eziyi-shumi amabili nesithupha kanti amagama aphakathi kwamakhulu amahlanu kuya kumakhulu ayisithupha amagama ngalinye. Ibhonasi ukuthi ngikunikeza imvume yokusebenzisa okuqukethwe ukufake kuwebhusayithi yakho noma kumabhulogi akho kanye nencwadi yezindaba kanti futhi kunga ngcono uma uzibhala kabusha ngamagama akho kuqala.

€7.99
支付方式
购买此电子书可免费获赠一本!
格式 EPUB ● 网页 53 ● ISBN 9788835448716 ● 文件大小 0.3 MB ● 翻译者 Ndlovu Silondiwe ● 出版者 Tektime ● 发布时间 2023 ● 下载 24 个月 ● 货币 EUR ● ID 8807071 ● 复制保护

来自同一作者的更多电子书 / 编辑

31,963 此类电子书